UClinton uvakashele uMandela

2012-08-06 16:28

Johannesburg - UNobhala Jikelele woMbutho eMelika uHillary Clinton uthelekile eQunu e-Eastern Cape, emzini woMholi uNelson Mandela, owaba nguMengameli wokuqala wentando yeningi.

UClinton uhambele kuleli ngokuzovakashashela uMadiba, lo mholi waba ngomunye ababungaza ukugcotshwa kukaTata ngemuva kokuthatha ukhetho ngonyaka ka-1994.

UClinton, uvakashele uMadiba, ukuyombona njengoba esanda kugubha usuku lwakhe lokuzalwa, lona noMandela kanjalo nonkosikazi kaMandela, uGraca Machel, bancokole ndawonye ngesithathi abathwebuli, bephahlaza izithombe.

UClinton uncome kakhulu ukumamatheka kukaMadiba kanjalo namagalelo akhe wonke, emsebenzini wonke wakhe.




 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone umuntu engozini eKZN

2014-12-22 18:06
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-29°C a few showers. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 15-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 17-29°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 18-32°C Tstorms late. Morning clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...