UBreytenbach wayefuna kubhekisiswe ngoMdluli

2012-05-02 10:03

Johannesburg - Isonto ngaphambi kokuthi amiswe emsebenzini umsushisi weNational Prosecuting Authority uGlynnis Breytenbach, wasabisa ngokuthi uzokuya enkantolo abuzisise kabanzi ngokungashushiswa kwenhloko yezobuNhloli uRichard Mdluli, kubika iBeeld.

UBreytenbach wasabisa wathi uzocela inkantolo ibhekisise udaba lukaMdluli uma kuwukuthi iNPA igcina ingalandeli udaba lokushushiswa kwakhe.

Ummeli kaBreytenbach, uGerhard Wagenaar, uqinisekise lezi zindaba ephephandabeni.

"Enkulumweni yakhe wabeka ukuthi kunokwenza kwenkohlakalalo nokukhwabanisa okuthinta uMdluli, wacela ukuthi kubhekisiswe kabanzana isinqumo sokuchitha amacala abhekene noMdluli."



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Showers late. Partly cloudy. Cool. Pta: 15-24°C Broken clouds. Mild.
Jhb: 14-23°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 15-28°C Morning clouds. Warm.
Dbn: 21-32°C Sunny. Warm. PE: 19-25°C Showers late. Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...