U-Oscar wake wanqatshelwa ilayisensi yesibhamu

2013-02-19 08:30

Johannesburg - Lowo osolwa ngecala lokubulala u-Oscar Pistorius, waqala wanqatshelwa ilayisensi yesibhamu, ngokusho kombiko wangoLwesibili.

Iphephandaba iBeeld libike ukuthi ilayisensi yesibhamu esiyi-9mm, yahlatshwa ngesikhathi eyibhalisela ngo-2008.

Lesi yiso isibhamu okusolakala ukuthi uPistorius udubule ngaso intombi yakhe, uReeva Steenkamp, emzini wakhe osePitoli.

Usethelekile enkantolo ukuzofaka isicelo sebheyili ngoLwesibili.

IBeeld ithe akucaci ukuthi kungani isicelo sokuqala selayisensi sanqatshwa, kodwa saphinde saphasiswa ngo-2010 ngemuva kokuthi uPistorius alwisana nesinqumo sokumnqabela ukuba athole ilayisensi.

Unezinye izicelo eziyisithupha ezisacutshungulwa zamalayisensi ezibhamu azifaka, kusho leli phephandaba.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 16-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-21°C Showers late. Increasing cloudiness. Cool. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...