'U-Asmal ubelwa ngokungesabi'

2011-06-24 14:33

Johannesburg - Lowo obengusopolitiki nongasekho emhlabeni, uKader Asmal, ubengasabi ukuzwakalisi izimvo zakhe ekulweleni ubulungiswa, kusho iTreatment Action Campaign neSection 27 ngoLwesihlanu.

"Ubeyisibonelo sokuthi umholi kumele kube umuntu unjani kanti ngalokho sizomukhumbula kakhulu. Sifisa sengathi nabanye abammeli besizukulwane esizayo kanjalo nezishoshovu zobulungiswa bangahamba ezinyathelweni zakhe," kusho iTAC neSection 27 esitatimendeni abasikhiphe ndawonye.

Lezi zinhlangano zifanise u-Asmal njengoBram Fischer, Nelson Mandela, Oliver Tambo, Cissy Gool, Victoria, Griffiths Mxenge, Felicia Kentridge, Phyllis Naidoo noGeorge Bizos "nabasebenzisa umthetho njengesikhali sokulwa nobulungiswa nokucwasana".

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone umuntu engozini eKZN

Emizuzwini eyi-51 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-28°C Passing showers. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 16-22°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 20-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-31°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...