U-50% wabaqokwe yi-ANC ngabesifazane eKZN

2012-12-05 12:03

Durban - Bangaphezulu kuka-50% abesifazane abaphakanyiselwe ekungeneni ekomidini eliphezulu le-ANC kuzwelonke, bephakanyiswa yi-ANC eKZN, kubike iMercury ngoLwesibili.

Ohlwini lwamagama angu-80 ezikhundla zokuba kwi-NEC, iKwaZulu-Natal iphakamise amagama angu-42 abesifazane.

UBaleka Mbethe noJessie Duarte baphakanyiswelwe ezikhundleni eziphezulu -- iNational Working Committee – nokwenze isibalo sabesifazane abaphakanyisiwe sanyukela ku-44 esifundazweni.

Abanye besifazane abaphakanyisiwe kuhlanganisa uSihlalo we-African Union Commission uNkosazana Dlamini Zuma, uNgqongqoshe weMfundo eyisiSekelo u-Angie Motshekga, uSomlomo wesifundazwe uPeggy Nkonyeni, uNdunankulu waseGauteng uNomvula Mokonyane, kanye noNgqongqoshwe wezangaPhandle uMaite Nkoana-Mashabane.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-19°C Sunny. Cool. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-23°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain late. Afternoon clouds. Mild. PE: 16-21°C Rain showers. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...