Sizoziphatha izimayini - Malema

2012-08-30 16:43
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umengameli we-ANC Youth League owaxoshwa uJulius Malema uthe uzohola izishoshovu ezizolwela ukuthi izimayini zingalawuleki.

"Sizophatha izimayini kuleli, sizolwa kuze kuba amabhunu abamba nathi izingxoxo," esho ekhuluma nabavukuzi emayini yase-Aurora, eGrootvlei, eSprings.

"Sifuna bahlephule nje kancane u-R12 500. Vele banayo le mali, izimayini zakuleli zifaka izindodla zemali.”

UMalema uthe ukwehluleka kwemayini i-Aurora kukhomba ngokusobala ukuthi abekho abaholi eNingizimu Afrika.

"Namanje sisabulawa ngabantu bakithi, sicindezelwe nguhulumeni wethu.”
 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).



NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...