Siyashoda kakhulu ngegazi - SANBS

2012-01-12 11:19

Durban - Inhlangano ethekelisa ngegazi kuleli iSA National Blood Service ithi njengoba sezivuliwe izikole ezisogwini, iyethemba ukuthi lizonyuka isasasa lokuthekelisa ngegazi, kubika iNewswatch.

Kodwa-ke, owale nhlangano uGail Nothard uthi balindele ukuthi iKwaZulu-Natal izame ukuhlanganisa isebenze ngegazi elincane kula masonto amabili ezayo.

Uthi okwamanje banegazi elilingene izinsuku ezimbili kuphela, kanti iKZN idinga elezinsuku ezinhlanu.

UNothard uthe bazokwazi ukuqala kahle uma izikole sezizivumela izinhlelo zokuthekelisa ngegazi.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C Sunny. Mild. Pta: 10-24°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Jhb: 7-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 2-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-20°C Partly cloudy. Cool. PE: 9-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...