Sitholakele isidumbu sowaduka eKZN

2012-12-28 14:33

Durban - Sigcine sitholakele isidumbu sowesilisa owaduka ngesikhathi ewela ibhuloho eMzinto, ogwini oluseningizimu neKwaZulu-Natal njengoba bekunezimvula ezinkulu, kubika izindaba zomsakazo weSABC ngoLwesihlanu.

Isidumbu sikaNkosinathi Msomi sitholakale ngoLwesihlanu.

Kuthiwa waduka ngesikhathi ezama ukuwela ibhuloho elaligcwele amanzi, nokuyilapho ahlangabezana khona nobunzima.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 13-24°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-28°C Rain late. Afternoon clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...