Sitholakale efrijini isidumbu sengane ebilahlekile

2012-05-28 10:04

Johannesburg - Sitholakale efrijini ekhaya kubo isidumbu sengane yase-Eersterus, ePitoli eneminyaka eyisishiyagalolunye ubudala  ebinyamalele, kusho amaphoyisa ngoMsombuluko.

Ingane yabikwa ngunina ukuthi inyamalele ngoMgqibelo ebusuku, kusho okhulumela amaphoyisa uConstable Sam Shibambo.

Isidumbu sengane satholakala ngakusasa sisefrijini.

UShibambo uthi okwamanje ngeke kudalulwe okuningi ngokutholakala kwesidumbu njengoba kusaqhubeka uphenyo.

Kuboshwe uyise wengane ongayizali.

Uzovela enkantolo yeMantshi ngoMsombuluko.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UTutu ufuna kwesekwe ababhikishi

Emizuzwini eyi-17 edlule
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Mostly sunny. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 6-20°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-19°C Showery. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...