Sikhishiwe isigwebo sikaHumphreys

2012-02-28 13:25

Cape Town - Umshayeli wetekisi uJacob Humphreys unikezwe isigwebo seminyaka engu-20 ebhadle ejele eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape ngoLwesibili ngokubulala izingane eziyishumi.

IJaji Robert Henney uphinde wamphuca izincwadi zokushayela.

Lesi sigwebo sivuse umunyu ezihlotsheni nakubangani, njengoba abanye bengakwazanga ukuzibamba bakhihla isililo.

UHumphreys watholakala enecala lokubulala ngesikhathi eqa ujantshi wesitimela eBlackheath, ngo-Agast 25 2010 ngesikhathi ehambisa izingane esikoleni, itekisi yashayiswa yisitimela kwashona izingane eziyishumi, kwathi ezine zalimala kabi.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuzonqunywa ngelizayo ngabe-EFF abamiswa

Emizuzwini eyi-14 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-31°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-32°C Sunny. Warm.
Dbn: 20-23°C a few showers. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 18-22°C Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...