Sigcine ngokushona isiboshwa saseGroenpunt

2013-01-18 10:02
Yabelani Shicilela

Free State -  Sigcine ngokushona isiboshwa esibonwe yizintatheli zephephandaba iThe Star sishaywa ojele, ejele laseGroenpunt, ngokusho kombiko.

Ojele bathi lesi siboshwa sibulawe ukulimala ngesikhathi "kudingeka ukuthi basebenzise isihluku" ngesikhathi besishaya ngemuva kokuthi sizame ukubulala ujele.

Lesi siboshwa, elingakakhishwa igama laso, besigweba iminyaka engu-16 ejele ngokuphanga sisebenzisa indluzula nokushaya ngenhloso yokulimaza.

Lowo onguKhomishana woMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo eFree State naseNorthern Cape uGrace Molatedi ukuqinisekisile ukushona kwalesi siboshwa kanti esinye silimale kanzima ngesikhathi belwisana nojele ngoLwesine.

Izintatheli ezithathe izithombe ngesikhathi ojele beshaya lesi siboshwa zavalelwa, zaphucwa amakhamera kwacishwa izithombe.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Sunny. Mild. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 15-22°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Cool. PE: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...