Sicela ninikele ngegazi - SANBS

2012-12-31 12:29

Johannesburg - AbakwaSouth African National Blood Services (SANBS) sebephinde bahlaba ikhwela bacela izakhamizi zaseNingizimu Afrika ukuthi zinikele ngegazi.

Abezindaba ze-Eyewitness News bathi abakwa SANBS bacele ukunikelelwa njengoba kunokushoda kwegazi ngalesi sikhathi samaholidi.

Ukwanda kwezingozi zomgwaqo kuthiwa kunomthelela omkhulu ekushodeni kwegazi.

Ngesonto eledlule, abeRoad Traffic Management Corporation (RTMC) bamemezele ukuthi bangaphezi kwenkulungwane abantu asebeshonile kusukela kuqale inyanga kaDisemba.

Okhulumela abathekelisa ngegazi uRavi Reddy uthi igazi abanalo lanele izinsuku ezimbili kuphela.
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

I-EFF iyolibusa leli - Malema

Emizuzwini eyi-13 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Pta: 4-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-18°C Sunny. Mild. Bloem: 2-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-24°C Sunny. Mild. PE: 10-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...