Sekushone ababili engozini ePMB

2013-01-01 12:01

Pietermaritzburg - Uqala nje unyaka, abantu ababili sebeshonile kwathi abanye abathathu balimala ngesikhathi kushayisna izimoto eMgungundlovu, kusho abahambisa usizo lokuqala.

Okhulumela abakwa-ER24 uDerrick Banks, uthi abahambisi bosizo bafike endaweni yesehlakalo izimoto ezimbili zilimele kakhulu.

Ingozi yenzeke kuManning Road, eMountain Rise, ngaphandle kwaseMgungundlovu.

"Abantu ababili bebevaleleke ngaphakathi emotweni, bashonele endaweni yesehlakalo,”

UBanks uthi kudingakale kusetshenziswe izinsimbi, ukutakula abantu abakade bevalelekile, abathathu ebebekwenye imoto bathole ukulimala.

Amaphoyisa azophenya ngale ngozi.



 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 6 engozini e-KZN

Emizuzwini eyi-11 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 2-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Cool. Bloem: -2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...