Sekulimale abaningi engozini yebhasi

2012-08-09 09:26
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Abantu abangu-16 balimele ngesikhathi kwehla ingozi yebhasi emgaqweni ongu-R71 Tzaneen Bypass, ngaphandle kwasePolokwane, eLimpopo, kusho abahambisa usizo oluphuthumayo.

Okhulumela abakwaNetcare 911 uJeffrey Wicks uthe abantu abathathu balimele kambi.

"Imibiko ikhombisa ukuthi umshayeli webhasi uhlulekile ukuyilawula yase iginqika,” kusho uWicks.

"Abahambisa usizo oluphuthumayo basendaweni yesehlakalo.”

UWicks uthe abantu balashelwe endaweni yesehlakalo ngaphambi kokuthi baphuthunyiswe esibhedlela.

 

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-26°C Sunny. Mild. PE: 15-21°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...