Sekukhona imali kaMadiba engumkokotelo

2012-11-15 07:45

Cape Town - Akukapheli ngisho isonto kwethulwe ngokusemthethweni imali engamaphepha enobuso bukaNelson Mandela, kodwa sekutholakale engumkokotelo eKapa.

UNiël Barnard, nongumnikazi weMC Motors neCaltex eGoodwood, uthe omunye wabasebenzi bakhe bamnike le mali engumbombayi.

Umsebenzi, uPhillip Chigede waseZimbabwe, uthe unikezwe ngamadoda amabili le mali ekhokhela uphethiloli ngoLwesibili.

UBarnard uthe uzosebenzisa amakhamera eCCTV awahambise eMnyangweni wezokuThutha wendawo ukuze kuzotholakala lezi zigilamkhuba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 8-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-14°C Sunny. Cool. Bloem: 3-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-22°C More sun than clouds. Cool. PE: 9-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...