Sebeyaziwa abashone kuphahlazeka indiza

2013-01-02 07:25

Johannesburg - Adedelwe amagama abantu ababili abashone kuphahlazeka indiza encane eLimpopo ngoLwesibili.

Abashonile ngoJan Horn, 42, noHebert Hancke, 60, kusho uLieutenant Colonel Ronel Otto,etshela abezindaba zeSapa.

Laba bashone ngesikhathi kugqamuka umlilo ebhanoyini elincane ebebegibele kulo, ingozi yenzeke ePhalaborwa, ngemuva nje kokuthi indiza isuke emhlabathini.

Kuzophenywa ngale ngozi.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Mild. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-22°C Cloudy. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...