Qaphelani umkhonyovu - Sabric

2012-08-15 12:02

Cape Town - Abakwa South African Banking Risk Information Centre (Sabric), sebevundulule umkhomyovu ogilwa ziyigilamkhuba zisebenzisa omakhalekhukhwini.

AbakwaSabric bathi izigebengu zilutha kakhulu laba abadayisa okuthile, kuthiwa zithumela umlayezo ongamanga kumakhalekhukhwini othi imali isikhokhiwe.

Abathengisi kuthiwa abasoli lutho ngemuva kokungena komlayezo bese bededela impahla, isikhulu kwaSabric uSusan Potgieter uthe abantu kumele baqinisekise uma bethola imilayezo.

“Uma uthola umlayezo, kumele uqale ebhange uqinisekise ukuthi imali ingenile.”

UPotgieter uthe namanje ubugebengu obuhlobene ne-Internet Banking busalokhu buphezulu.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Afternoon clouds. Warm. Pta: 15-28°C Mostly sunny. Warm.
Jhb: 12-23°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 14-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild. PE: 17-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...