Owesilisa ubulawe yisitimela eW Cape

2012-07-24 10:01

Cape Town - Ubulawe yisitimela owesilisa obejaha inja yakhe ize iyongena kujantshi wesitimela eStellenbosch, kusho umbiko ngoLwesibili.

Iphephandaba iCape Times libike ukuthi le ngozi yenzeke ngoMsombuluko eWelgevonden.

"Ngebhadi-ke lo wesilisa akazange asizwe isitimela ebesiza sidle amagalani," kusho imenenja yakwaMetrorail kulesi sifunda uMthuthuzeli Swartz.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-26°C Heavy rain late. More clouds than sun. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...