Owesilisa ubulawe yimbiza yesangoma

2011-10-10 14:55

Johannesburg - Amaphoyisa aseLimpopo athi owesilisa ushonile ngemuva kokuphuza imbiza abeyenzelwe yisangoma eNancefield.

ULieutenant Peter Mudau uthe lesi sangoma sikhe amaqgabi enhlaba sawabilisa emanzini.

Uthi lo wesilisa nobehamba nomngani wakhe baphuze lo muthi emuva kokuthi isangoma siqale sawuphuza sona.

La madoda womathathu abe esephuthunyiswa esibhedlela emuva kokukhala ngokulunywa yizisu kwathi oyedwa washonela endleleni eya esibhedlela, kusho Umudau.

UMudau uthi la balisa bebefuna umuthi uzobahlanza izinso uphinde ubanikeze umfutho embhedeni.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...