Owesifazane ushaywe yinyoka eseholidini eKZN

2012-12-17 08:15
Yabelani Shicilela

Durban - Owesifazane osemncane ulunywe yinyoka, nokukholakala ukuthi yibululu, ehamba lapho kugcinwa khona imvelo eShongweni, ngaphandle kwaseThekwini, kusho abezimo eziphuthumayo.

Kubikwa ukuthi usesimweni esigculisayo.

Okhulumela i-ER24 uDerrick Banks uthe abezimo eziphuthumayo bamnikeze usizo lwezempilo ngaphambi kokumyisa esibhedlela esiseHillcrest nalapho kuthiwa "ukahle kakhulu".

UBanks uthi lo wesifazane ubehamba nabangani eGiba Gorge ngesikhathi evelelwa yilo mshophi.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 15-21°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...