Owesifazane kwelokubulawa kwendoda

2013-02-26 10:02

Johannesburg - Owesifazane oneminyaka engu-31 ubudala, uboshiwe ngezinsolo ezithi uyathinteka ekubulaweni kwendoda eneminyaka engu-66 ubudala yaseWolmanransstad.

Lokhu kukhishwe ngamphoyisa aseNorth West ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Sabata Mokgwabone uthi umsolwa wesifazane uboshwe ngeSonto, mayelana necala lokubulawa kukaDavid Alexander Barclay.

UBarclay watholakala ngoMgqibelo eseLindbergh Lodge, eVaalbochfontein, elele edindilizile kwibhanga legazi, enenxeba lokudutshulwa emqaleni.

Umsolwa kulindeleke avele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseWolmaransstad ngoLwesithathu.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C High level clouds. Warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-20°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...