Owesifazane kwelokubulala ingane

2013-01-24 08:18
Yabelani Shicilela

Pabalelo - Ulale ebaliwe owesifazane wasePabalelo ngezinsolo zokubulala indodakazi yakhe angayizali, e-Upington, kusho amaphoyisa aseNorthern Cape.

Ukuboshwa kwalo wesifazane, 29, kuhambisana nophenyo oluqale ngeSonto kulandela ukutholakala kwale ngane, 3, ishonile, kusho uLieutenant Sergio Kock.

“Izihlobo zale ngane zibize i-ambulensi, zithi ingane iyabuyisa ngeSonto ntambama," kusho uKock.

Abezimo eziphuthumayo bafike baqinisekisa ukuthi ingane isidlulile emhlabeni, kanti amaphoyisa asola isandla semfene.

UKock uthi uphenyo lutshengise ukuthi ingane ibulawe ukulimala ekhanda kanti nezinkomba zokuthi ibilanjiswa zikhona.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Showers early. Morning clouds. Mild. Pta: 6-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 13-21°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...