Owe-NFP waxoshelwa ukudlwengula umfundi

2012-10-19 10:04

Durban - Umholi weNational Freedom Party usolwa ngokubulala ilungu le-IFP ngaphandle kweNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma ngoMsombuluko waxoshwa njengothishanhloko ngezinsolo zokudlwengula umfundi ngoJuni, kubika iSowetan.

Okhulumela uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal uSihle Mlotshwa ukuqinisekisile ukuthi uMzonjani Zulu waxoshwa eManxele High School, eMbongolwene ngaphandle kwaseShowe.

"Yebo, wayeqashwe nguMnyango. Waxoshwa ngezinsolo zokudlwengula umfundi kuwona lo nyaka. Lokhu kwenzeka ngemuva kokuthi ikomidi lezokuqondisa izigwegwe langaphakathi eMnyangweni limthole enecala."

Kusolakala ukuthi uZulu wabe esehlawula ingane walobola omunye umfundi ayethandana naye eminyakeni edlule.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kwakhiwa izikole zesimanje eGauteng

Emizuzwini eyi-20 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-19°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 6-15°C Sunny. Cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-22°C Sunny. Mild. PE: 10-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...