Ona-70 ezinsolweni zokubulala

2012-12-31 12:29
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Indoda eneminyaka engu-70 ubudala izovela eNkantolo yeMantshi eZeerust ngoMsombuluko ngecala lokubulala, kusho amaphoyisa aseNorth West.

UCaptain Amanda Funani uthe umsolwa uboshwe ngoMgqibelo kulandela ukubulawa kukaJean Rantsie, 52, ekutholakale isidumbu sakhe sesisiqala ukonakala ngaphansi kwebhulohwe.

Isidumbu sakhe sitholakale ngoLwesihlanu sitholwa obezidlulela ngendlela kuKoster Road, ngase Zeerust.

URantsie washaywa ngetshe ekhanda, cishe waphinde wadlwengulwa ngaphambi kokubulawa, umufi wahamba ekhaya kubo eQuariefontein Farm ngoLwesithathu, engawutshelanga umndeni wakhe ukuthi ulibangisa kuphi.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone abahlanu engozini eFree State

Emizuzwini eyi-45 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 11-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 17-21°C Increasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...