Omunye ozidubule nentombi

2013-01-09 07:17

Johannesburg - Iphoyisa lasendaweni yase-Onverwacht, eLimpopo, lidubule labulala intombi, ngaphambi kokuthi libhekise ngakulo umbhobho wesibhamu nalo lizingqokloze.

Izidumbu zalezi zithandani zitholakale endlini ekaqe ziqashe kuyo, kusho okhulumela amaphoyisa uHangwani Mulaudzi.

"Sikholwa wukuthi uzidubule ngemuva kokudubula abulale intombi. Sithole isibhamu sakhe somsebenzi siseceleni kwezidumbu," kusho uMulaudzi.

Imbangela yalokhu kubulala ibingakazeki, leli phoyisa elineminyaka engu-30 ubudala belisebenza esiteshini iLephalale.




 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).





NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Mild. Pta: 16-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-25°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-28°C Heavy rain late. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 14-24°C More clouds than sun. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...