OkaMotlanthe utshengise 'intando yabantu'

2012-12-18 07:52
Yabelani Shicilela

Bloemfontein - Isinyathelo sikaSekela Mengameli we-ANC uKgalema Motlanthe sokungenela umjaho wabangenela esobumengameli kunikeza ithemba kubantu bakuleli, kusho ungoti.

“Uhlelo lokuphakanyiswa kwamagama lutshengisa ukuthi basekhona abantu abacabanga ngendlela eyehlukile," kusho uSethulego Matebesi, nongumhlaziyi wezepolitiki e-University of the Free State.

Uthe yize kunezinkomba zokuthi uMotlanthe angase azithole engumantuntanendishi ngemuva kokhetho, ukwamukela kwakhe inselelo kutshengisa isibindi.

UMatebesi uthe lokhu kuzobuyisela ithemba ku-ANC.

UMotlanthe uqokwe kanye noMengameli uJacob Zuma kulesi sikhundla engqungqutheleni eqhubekayo eMangaung.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-24°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 7-15°C More sun than clouds. Cool. Bloem: 8-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 11-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...