Odilikajele abathathu kowabulala

2013-01-22 08:00
Yabelani Shicilela

Pietermaritzburg - Ugixabezwe ngodilikajele abathathu owesilisa olahlwe ngamacala amathathu okubulala, egwetshwa yiNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu.

Lesi sigwebo sinikezwe u-Erwin Ramsamuj, 20, nesiphelezelwe yihlombe enkantolo.

URamsamuj wadubula wabulala uKubendhram Pillay, Merle Maistry noMusa Ndlovu kubo kaPillay eMgungundlovu ngoMeyi 2011 ngoba ecabanga ukuthi uMaistry ujola noPillay.

Umfana, 10, wabona esinye salezi zigameko senzeka, wase ethula ubufakazi obulahla uRamsamuj.

UJaji Jerome Ngwenya uthe uRamsamuj wazama ukuthola into azovika ngayo ngokuthi aye ejoyintini ngemuva kokubulala laba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 10-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-17°C Sunny. Mild. Bloem: 6-16°C Mostly sunny. Cool.
Dbn: 17-22°C Morning clouds. Mild. PE: 11-19°C Passing showers. Clearing skies. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...