Nguhulumeni owehlulekayo - DA

2012-03-14 10:10
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Uhulumeni owehlulekile, hhayi uMthethosisekelo, kusho uLindiwe Mazibuko, ongumholi weDemocratic Alliance ePhalamende.

UMazibuko ubekhuluma kuqhubeka inkulumompikiswano ngosuku lwamalungelo abantu, ngoLwesibili.

UMazibuko uthi imizamo yokuchibiyela uMthethosisekelo okwenziwa yi-ANC, kuyizaba zokugqiba ukwehluleka kwayo.

"Esikubona namhlanje nguMthethosisekelo ophilayo oyisithiyo kuhulumeni owehlulekayo ukuhambisa izidingo kubantu".

"Sekwejwayelekile ukuthi imiphakathi ehlwempu emazweni omhlaba, izame ukuchibiyela uMthethosisekelo," kusho uMazibuko.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...