Ngizizwa ngihloniphekile - Ramaphosa

2012-12-21 12:12

Bloemfontein - IPhini likaMengameli we-ANC uCyril Ramaphosa ngoLwesihlanu uthe uyakujabulela ukuba yingxenye yobuholi obuphezulu beqembu.

“Bengibheke izinto zami kuphela, bengingakulindele ukukhethwa,” usho kanje esidlweni sasekuseni esihlelwe yiThe New Age eBloemfontein.

“Ngisamukele isicelo samalungu e-ANC sokusiza umengameli.

Ukuthe akukuhle ukuthi kuthiwe kulindilwe lukhulu kuyena ngesikhundla sakhe esisha.

“Kubi ukubeka ithemba kumuntu. I-ANC ayisebenzi kanjalo sisebenza sonke njengabaholi."

URamaphosa ungene esikhundleni sikaKgalema Motlanthe ngoLwesibili engqungqutheleni ye-ANC eMangaung.

URamaphosa washiya phansi ezombusazwe ngo-1997 ngesikhathi esengena kwezamabhizinisi ngokuphelele.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

INumsa igxeka ukuhlaselwa kukaMadonsela

Emizuzwini eyi-2 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 2-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 0-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -2-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-19°C Mostly sunny. Cool. PE: 7-17°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...