'Nginikeni izizathu zokuthi kushintshwe ubuholi'

2012-12-03 08:31

Durban - Kumele kube nezizathu eziphusile kulabo abafuna kube noshintsho ebuholini be-ANC, kusho uMengameli Jacob Zuma eMgababa, eningizimu neTheku.

UZuma uthe labo abagqugquzela ushintsho kumele bachaze kabanzi ukuthi yini engeyinhle ngalobu buholi obukhona manje, nokuthi yini ezoshintsha uma sekukhona ubuholi obusha.

Ubuholi kumele buqokwe ngendlela yokuthi yini obungakwazi ukuyenzela abantu.

UZuma uphinde wagxeka “isitayela esisha” sabantu abaziqoka ukuthi bahole i-ANC.

“Inhlangano yiyo ekumele iphakamise amagama... Akufanele ngiziqoke mina. Uma kungalungiswa lokhu, kuzoba nomthelela ongemuhle enhlanganweni," esho.

"Labo abacabanga ukuthi bakhulu kune-ANC badinga ukuhlolwa izingqondo ngoba kusobala ukuthi bayahlanya."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-23°C Sunny. Mild. Pta: 22-33°C Showers early. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 18-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-29°C Scattered showers. More clouds than sun. Warm.
Dbn: 21-27°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. PE: 18-21°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...