Mawavalwe amaselula ezikoleni

2012-05-04 10:37

Johannesburg - Inhlangano eyongamele imikhandlu yezikole iNational Association of School Governing Bodies ifuna ukuthi abafundi bavalwe ukuba basebenzise amaselula ezikoleni zakuleli, kusho iphephandaba iBeeld ngoLwesihlanu.

NgokweNASGB, lokhu kuyadingeka ukuze abafundi bakwazi ukunaka umsebenzi wesikole, "nokubavikela ezingozini zezinkundla zezokuxhumana".

UMatakanye Matakanye, nonguNobhala weNASGB, utshele iBeeld ukuthi amaselula ayisiphazamiso ekufundiseni nasekufundeni.

"Izinto ezitholwa yizingane ezinkundleni zokuxhumana ziyamangaza. Zidunga imiqondo yezingane ziphinde zivimbele izingane ukuthi zifunde," esho.

Akusizi ukuvumela izingane ukuthi ziphathe amaselula azo ezikoleni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-15°C Afternoon clouds. Cool. Pta: 8-19°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 5-14°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Bloem: 6-9°C Tons of rain. Mostly cloudy. Cool.
Dbn: 12-14°C Tons of rain. Mostly cloudy. Cool. PE: 11-14°C Passing showers. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...