'Masibambisaneni ekulwisaneni nobugebengu'

2012-04-23 07:31

Johannesburg - Abesifazane akumele baze bangakwazi ngisho ukunyakaza ngokukhululeka emizini yabo ngoba nakhu besaba amadoda, kusho uNdunankulu waseGauteng uNomvula Mokonyane.

“Kumele sibambane ngezandla silwisane nedimoni lobugebengu emiphakathini yethu ngendlela efanayo elakuleli elalwisana ngayo nohulumeni wobandlululo," esho.

Ubekhuluma eSoweto emkhulekweni wokuthula, ukuphulukiswa nokuqala kabusha.

Lo mkhuleko uvuswe yisigameko esithuse umhlaba wonke sokudlwengulwa kwentombazane, 17, yiqulu lamadoda ase esithwebula ngeselula.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 1-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-22°C Morning clouds. Mild. PE: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...