Makuqiniswe ezokuphepha ezitimeleni - Fedusa

2012-12-28 13:01

Johannesburg - Kumele zithi ukukhushulwa ezokuphepha ezitimeleni kulandela ukubulawa komshayeli wesitimela ePitoli, kusho inyunyana edlelana nezezitimela ngoLwesihlanu.

"Kumele kube khona onogada abahlomile futhi abaqeqeshiwe kulezi zitimela eziyingozi," kusho izikhulu zenyunyana ezitatimendeni.

Umshayeli wesitimela uJP du Plessis watholakala eshonile esitimeleni ngaphandle kwesiteshi sesitimela iHercules ePitoli ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini uthi kwebiwa amaselula amabili endaweni yesigameko kwabonakala amadoda amabili ewela ujantshi ngemuva kwalesi sigameko, kanti yiwo angabasolwa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C High level clouds. Mild. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: °C
Dbn: 9-22°C Sunny. Mild. PE: 12-19°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...