Makuphenywe ngokukhulelwa kwentsha - Modise

2012-11-23 07:57

Johannesburg - Makuphenywe ekutheni isibonelelo sikahulumeni sinomthelela omngakanani ekukhulelweni kwentsha kuleli, kusho uNdunankulu waseNorth West uThandi Modise.

“Kumele kuphenywe ngokuthi ngabe isibonelelo sikahulumeni siyigqugquzela kangakanani intsha ukuba ikhulelwe," kusho uModise esitatimendeni.

Ubephendula umbiko weSowetan othi abazali bezingane ezingu-17 ezizithwele esikoleni esisodwa kumele bahlale beqaphile uma sekuthiwa abantwana babo bayasikwa.

“Ngabe zincane izingane ezizalwayo ukube zizalwa ngabantu abakulungele ukuzinakekela."

Ukukhulelwa kwentsha kwehlisa isithunzi sabantu besifazane kanjalo neNingizimu Afrika yonkana ngendlela osekwenzeka ngayo, esho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Usesejele uPistorius

2014-10-21 18:25
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Mild. Bloem: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 15-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...