Makubikwe ngenkohlakalo - Manuel

2012-12-19 10:48

Bloemfontein - Izintatheli ezinolwazi ngenkohlakalo kumele zibike ngalo ezikhungweni zezomthetho ezifanele, kusho lowo onguNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli uTrevor Manuel ngoLwesithathu.

“Kumele bajeze labo abenza inkohlakalo. Uma unolwazi oluthile ungalugodli, kepha luyise ezikhulwini ukuze lusukunyelwe.

“Wena njengesakhamuzi kungumsebenzi wakho lokho,” etshela izintatheli esidlweni sasekuseni seProgressive Business Forum eMangaung.

Lesi sidlo besisingethwe yiPBF engqungqutheleni eqhubekayo ye-African National Congress eMangaung.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Umndeni embangweni wesidumbu

2017-02-27 14:01
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 15-26°C Morning clouds. Warm.
Jhb: 13-21°C Showers late. Broken clouds. Mild. Bloem: 15-26°C Broken clouds. Warm.
Dbn: 19-28°C Sunny. Warm. PE: 18-30°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...