Makabolele ejele uNkuna - Xingwana

2012-04-11 14:05

Pretoria - Owesilisa owaboshwa mayelana nokufa kwephoyisa uFrancis Rasuge kumele abolele ejele, kusho uNgqongqoshe wabesiFazane, iziNgane nabaphila nokuKhubazeka ngoLwesithathu.

"Sesiyalazi manje iqiniso.Yize noma lesi sigilamkhuba esabulala le ntombazane singasitshelanga...uWilliam Nkuna kumele abolele ejele," kusho uLulu Xingwana.

Ubekhuluma enkonzweni yesikhumbuzo kaRasuge, eHammanskraal, enyakatho nePitoli.

"Akazange kuphela ahlukumeze uFrancis nomndeni wakhe, kepha wahlukumeza nonkosikazi wakhe."

UXingwana uthe akekho oyoke athole iqiniso lokhu kazi uNkuna wabulala abesifazane abangaki.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kugqekezwe emzini kaKrejcir

2014-08-20 18:16
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Numerous showers. Decreasing cloudiness. Cool. Pta: 11-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-21°C High level clouds. Mild. Bloem: 6-16°C Morning clouds. Refreshingly cool.
Dbn: 17-22°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-19°C Showers late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...