Mabangahlukunyezwa asebekhulile - Mkhize

2012-10-01 07:32

Durban - UNdunankulu waKwaZulu-Natal uZweli Mkhize unxuse abantu besifundazwe ukuthi balwisane nezenzo zokuhlukunyezwa ngesihluku kwabantu asebekhulile, ikakhulukazi izalukazi.

UMkhize ubekhuluma kusiShayamthetho sesifundazwe, iPhalamende labantu abadala, nebelibanjelwe eHammarsdale ngeSonto.

“Angeke sakugcizelela ngokwanele ukubaluleka kwabantu asebekhulile. Yibo abanikela ngesikhathi sabo bakha imiphakathi esihlala kuyo njengamanje," kuqhuba uMkhize.

“Yingakho uhulumeni uzibophezele ekugquqguzeleni nasekwesekeni amalungelo abo."

Uthe kubalulekile ukwazi ukuthi abantu abadala nabo banamalungelo njengawo wonke umuntu.

Usho lokhu nje ngenxa yokudlanga kwezigameko zokugetshengwa nokudlwengulwa kwezalukazi eKZN.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Decreasing cloudiness. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Heavy rain. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. Broken clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-18°C Numerous showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...