Luyaqhubeka ukhetho enkomfeni ye-ANC

2012-12-18 08:04

Mangaung - Kuqalile ukuvota kwezithunywa ze-ANC engqungqutheleni yeqembu ebanjelwe eMangaung, nalapho kuvotelwa khona izikhundla eziyisithupha eziphezulu kule nhlangano.

Imiphumela izomenyezelwa ngokuhamba kosuku.

UMengameli Jacob Zuma uzodlana imilala neSekela lakhe uKgalema Motlanthe kwesokuhola i-ANC.

UCyril Ramaphosa, Mathews Phosa noTokyo Sexwale bazozwana amandla kwesesekela likamengameli.

Kube sekuqokwa uGwede Mantashe noFikile Mbalula kwesikaNobhalala Jikelele weqembu.

UJessie Duarte uhamba yedwa kwesikasekela Nobhala Jikelele.

UBaleka Mbete uzoqhudelana noThandi Modise kwesikaSihlalo.

Kuthi uPaul Mashatile atholane phezulu noZweli Mkhize.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Sunny. Cool. Pta: 7-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 0-10°C Sunny. Cool.
Dbn: 11-17°C More sun than clouds. Cool. PE: 6-13°C Showers early. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...