Lusaqhubeka uhlelo eVan Reenen's Pass

2011-07-27 16:30

Johannesburg - Izikhulu zithi kusaqhubeka ukukhucululwa nokususwa kwezinto ebezithiye eVan Reenen's Pass ngaseHarrismith, eFree State kulandela isithwathwa.

Okhulumela iN3 Toll Concession u-Andy Visser uxwayise abashayeli bezimoto ukuthi bagweme ukuhambela eThekwini okwamanje.

Amaloli abeme emigaqweni eshibilikayo ngaphambi kokuqala kokuwa kweqhwa ngoLwesibili, abesame umathanda kulo mgwaqo.

"Kumele sithole izimoto ezinkulu ezizokwazi ukujikisa la maloli ziyayise endaweni ephephile," kusho uViseer.

Uma la maloli esesusiwe kuzomele sisuse iqhwa emgaqweni, lokhu kungase kwenziwe kuze kushone ilanga.

"Abantu kumele bamise izindlela zabo ngoLwesine,"esho.


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Umi ngomumo owezeMfundo eGauteng

Emizuzwini eyi-40 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Mostly sunny. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 6-20°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C Showers late. Morning clouds. Cool. PE: 12-19°C Rain showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...