Lugcine lusitholile isitifiketi usana

2012-12-19 12:54

Johannesburg - Kulandela imibiko yabezindaba ihlaba lolu daba, uMnyango wezaseKhaya ugcine ulubhalisile usana olwazalwa ngaphambi kwesikhathi ngonyaka ofanayo nomfowabo.

Lezi zingane zishiyana ngezinyanga eziyisikhombisa.

Abazali balolu sana olunezinyanga ezintathu u-Abraham Jacobus (Jaco) Smith bazama kwanhlanga zimuka nomoya ukutholela ingane isitifiketi sokuzalwa, kubika iBeeld ngoLwesithathu.

Abazali uBraam Smith, 43, noSuzette, baseKomatipoort eMpumalanga, batshelwa yisikhulu salo Mnyango ukuthi ngeke bakwazi ukunikezwa isitifiketi ngenxa yokuthi uhlelo loMnyango aluvumi ukuthi abazali bengane babhalise izingane ezimbili ngonyaka owodwa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-33°C Showers late. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C Morning clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...