Lizoqulwa kabusha icala elamiswa

2012-09-05 07:31
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Owesilisa osekhulile osolwa ngoxhaxha lwamacala abandakanya ucansi kulindeleke ukuba aphinde ashushiswe eNkantolo yesiFunda eParow, ngaphandle kwaseKapa ngoLwesithathu.

UJohannes Kleinhans, 73, wawavuma la macala kodwa wathi esethula ubufakazi kwakhona okushayisanayo.

IMantshi u-Amanda von Leeve wathi ubufakazi bukaKleinhans butshengisa ukuthi uyawaphika amacala.

Le ndoda yayibekwe amacala angu-95 okunukubeza amantombazanyana amathathu isikhathi eside, kanjalo nokutholakala nezithombe zocansi.

Yaboshwa ngoNovemba 2010.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C High level clouds. Cool. Pta: 6-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 3-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-24°C Sunny. Mild. PE: 10-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...