Lizongena enkantolo elikaShelembe

2012-06-19 07:41

Johannesburg - Icala lokukhwabanisa elibhekene nowayeyiPhini leMeya kuMasipala uMsunduzi, u-Alpha Shelembe, kulindeleke liqale eNkantolo yeMantshi yaseMgungundlovu ngoLwesibili.

UShelembe wagcina ukuvela enkantolo noThemba Zungu noLucky Moloi, nabangamakhansela alo mkhandlu, ngoSepthemba 27.

Laba bobathathu babhekene namacala okukhwabanisa, inkohlakalo nokudayiswa ngomkhoshosho kwebhilidi elalizosetshenziselwa ukupaka izimoto zomkhandlu ngo-2003, ngemali ethe xaxa kunaleyo yesivumelwano.

Kuthiwa banyusa leli bhilidi elalingu-R6 million, ngo-R1 million base behlukaniselana ngawo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-25°C Sunny. Mild. Pta: 17-18°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 14-15°C Tons of rain. Mostly cloudy. Cool. Bloem: 14-18°C a few showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 18-24°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...