Liyaqhubeka icala likaNtshongwana

2012-02-24 08:34

Johannesburg - Liyaqhubeka icala likalowo owayedlalela iBlue Bulls uPhindile Ntshongwana eNkantolo eNkulu yaseThekwini ngoLwesihlanu.

Inkantolo izama ukuthola ukuthi ngabe uNtshongwana usesimweni esikahle yini sokuthi abhekane naleli cala njengoba esolwa ngokubulala ngembazo amadoda amathathu eThekwini ngonyaka odlule.

Uphinde abhekane necala lokuzama ukubulala, elokuthumba nokudlwengula.

Kwaqale kwasolakala ukuthi lezi zigameko zokubulala zenziwa owesilisa indokazi yakhe eyadlwengulwa yiqulu labantu bayisulela ngesandulela ngculazi.

Kodwa amaphoyisa aKwaZulu-Natal athola okuhlukile emuva kophenyo.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...