Lisenkantolo ikhansela leNFP

2012-12-18 10:10
Yabelani Shicilela

Durban - Ikhansela leNational Freedom Party uMzonjani Zulu kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma ngezinsolo zokubulala kulandela isigameko esashaqisa izwe.

UZulu usolwa ngokudubula abulale umlandeli weNkatha Fredom Party ngaphandle kwayo yona le nkantolo kubuka izintatheli namalungu omphakathi.

USiya Dlamini wabulawa ngo-Okthoba ngesikhathi kudutshulwa izinhlamvu ezimbili.

Lesi sigameko senzeka ngesikhathi kuvele amadoda amane mayelana nokubulawa komlandeli we-IFP.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...