Liphindela enkantolo elakwaKito

2013-02-05 08:31

Johannesburg - Kulindeleke abuyele enkantolo amaphoyisa ayengamalungu ophiko olusebenza ngamacala ahleliwe eThekwini, nolwahlakazwa.

La maphoyisa angu-30, abandakanya neNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Johan Booysen, asolwa ngamacala obugebengu evile ku-70 nawokubulala abantu abangu-28.

Lolu phiko kuthiwa lwalusebenza njengelomashayabhuqe lithunywa nguBooysen, nokuthiwa babethola imali ezinhlanganweni, emabhizinisini nasebantwini ababengaboni ngaso linye nalabo okusolakala ukuthi babulawa ngamaphoyisa.

Amaphoyisa lawa aboshwa ngo-Agasti nangoJuni.

Ayalelwa ukuba adele ama-passport nama-pin codes amaselula omsebenzi ukuze kuzophenywa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-31°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 15-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-24°C Mostly cloudy. Mild. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...