Liphinde lahlehliswa elephoyisa

2012-07-26 14:05
Yabelani Shicilela

Johannesburg - IJaji Kathleen Satchwell uphinde wahlehlisa icala lokubulala lephoyisa elisaqeqeshwa uSipho Mbatha ngenxa yokuthi muningi umsebenzi obhekene naye ngqo.

"Ngiyaxolisa kubona bonke abantu abavuke ekuseni bephuthuma lapha, kodwa kunamacala amabili eza ezithebeni zenkantolo ngaphambi kwelikaMbatha," kusho uSatchwell.

Leli cala walihlehlisa futhi nangoMsombuluko.

Laba abanye abasolwa basesitokisini, kanti uMbatha yena ungaphandle ngebheyili, echaza.

"Lokhu akuchazi ukuthi asinizweli, kepha yinkantolo eyenza izinqumo."

UMbatha usolwa ngokubulala uThato Mokoka, 16, ngesikhathi begasela eBraamfischerville, eSoweto ngoFebhuwari 14.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Showers early. Morning clouds. Mild. Pta: 6-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 13-21°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...