Lingenile elokufa kukaStander

2013-01-07 15:11

Johannesburg - Umshayeli osolwa ngokubulala ngokungenhloso umgibeli wamabhayisikili uBurry Stander, uvele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yasePort Shepstone, ngoMsombuluko.

Okhulumela abakwaNational Prosecuting Authority, uNatasha Ramkisson, uthe uNjabulo Nyawose ubhekene necala lokubulala ngokungenhloso, okuyicala elifanayo nokushayela budedengu.

Umsolwa udedelwe ngesexwayiso, uzobuyela enkantolo mhlaka-22 Mashi.

UStander washayiswa yimoto washona ngoLwesine olwedlule, ngesikhathi ebuya ukuyizilolonga ngaseShelley Beach, KwaZulu-Natal.

UNyawose nguye owayeshayela itekisi eyaphazamisana noStander.
 






 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Mostly sunny. Cool. Pta: 6-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-9°C Sunny. Cool. Bloem: -1-11°C Morning clouds. Cool.
Dbn: 11-19°C Rain showers. Morning clouds. Refreshingly cool. PE: 9-14°C Rain showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...