Limlahlile obelala nendodakazi yakhe

2012-09-07 09:06

Johannesburg - Owesilisa, 43, wase-Uitenhage utholakale enecala eNkantolo eNkulu yasePort Elizabeth, lokudlwengula ephindelela indodakazi yakhe, ngokusho kombiko wangoLwesihlanu.

Iphephandaba iThe Herald libike ukuthi inkantolo ngoLwesine ilalele ukuthi ngemuva kokushona kukamama wale ngane ngoNovemba 2009, ubaba wayo waqala "ukuyenza intombi yakhe".

Unina wale ndoda ongayizali, nguyena owaqala ukuputshuza le ndaba yokuthi indodana yakhe idlwengula ingane.

Kuthiwa le ndoda yayingayivumeli ingane ukuthi isuke emehlelweni ayo futhi ilala nayo embhedeni owodwa, iyidlwengule phambi kukamfowabo ononyaka ubudala.

Kulindeleke agwetshwe kungekudala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 8-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-12°C Sunny. Cool.
Dbn: 11-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...