Lihoxisiwe elikasomabhizinisi waseThekwini

2013-02-11 14:03

Durban - INkantolo eNkulu yaseThekwini ihoxise okwesikhashana icala lokugwazela nelenkohlakalo elibhekene nosomabhizinisi uToshan Panday kanye noColonel Navin Madhoe, ngoMsombuluko.

Umshushisi woMbuso uWendy Greef uthe icala lihoxiswe njengokomyalelo kalowo obambe njengomqondisi wezokushushiswa komphakathi KwaZulu-Natal, uMoipone Noko.

Akanabanga ngemininingwane.

UPanday noMadhoe bebesolwa ngokuzama ukugwazela isikhulu soKlebe eKZN uMajor-General Johan Booysen.

Laba bobabili bekusolakala ukuthi bathembisa uBooysen u-R2 million uma engafaka usuku okungelona lombiko omayelana nophenyo lwethenda yendawo yokuhlala engabiza u-R60m.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

I-ANC ifuna iPhalamende livikele uZuma

Emizuzwini eyi-32 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-21°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 3-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-23°C Morning clouds. Mild. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...