Lihoxile elengane eyaklinya yabulala enye

2012-11-12 16:12

Johannesburg - Icala lokubulala ebelethweswe intombazanyana yaseKagiso, eneminyaka engu-14 ubudala, lihoxisiwe yinkantolo ngoMsombuluko, kubika i-Eyewitness News.

Kukholakala ukuthi amantombazane ayedlala ngesikhathi kuqubuka ingxabano phakathi kwawo, lena ebibhekene necala yabe isiklinya enye yaze yathula.

Okhulumela amaphoyisa uWarrant Officer Solomon Sibiya uthi intombazanyana izokwelulekwa ngokwengqondo.

“Luningi uphenyo olusaqhubeka, isinqumo sokuthi ingane ingathweswa icala sithathwe ngemuva kokucwaningisisa umthetho.”



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-32°C Showers early. Morning clouds. Hot.
Jhb: 15-26°C Showers early. Morning clouds. Warm. Bloem: 13-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Showers early. Partly cloudy. Mild. PE: 18-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...